Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 28:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kungelingane negolide lase-Ofiri, neshohamu* eliyigugu, nesafire.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Ayinakulinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngeke kwalinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 28:16
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

amatalenta* ayizinkulungwane ezintathu egolide, igolide lase-Ofiri, namatalenta ayizinkulungwane eziyisikhombisa esiliva elicwengekileyo ukunameka ngalo izindonga zezindlu,


Akunakuzuzwa ngegolide; intengo yakho ayinakulinganiswa nesiliva.


Igolide nengilazi kungelingane nakho; akunakwenaniswa ngezinto zegolide elicwengekileyo.


Amadodakazi amakhosi aphakathi kwabesifazane bakho abadumileyo; inkosikazi imi ngakwesokunene sakho, ihlobe igolide lase-Ofiri.


uhla lwesine lube yikrisolithe,* neshohamu,* nejaspi;* azungezwe ngegolide ezisekelweni zawo.


Izingalo zakhe ziyizindilinga zegolide, okufakwe kuzo amakrisolithe;* isidumbu sakhe sinjengokwenziwe ngophondo lwendlovu, sembesiwe ngamasafire.*


Ngiyakwenza umuntu abe yigugu kunegolide elihle, yebo, umuntukazana kunegolide elicwengekileyo.


“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe ungaduduzwanga, bheka, ngiyakufaka amatshe akho abe mahle, ngizibeke izisekelo zakho ngamasafire.*


Abakhulu balo babehlambulukile kunongqoqwane, babe mhlophe kunobisi; imizimba yabo yayibomvana kunekorali,* isimo sabo sasinjengesafire.*


Wawuse-Edene, insimu kaNkulunkulu; onke amatshe anqabileyo ayeyisisibekelo sakho, isardiyu,* netopazi,* nedayimani,* neshohamu,* nejaspi,* nesafire,* nesimaragidu,* nekrisolithe;* nezivunulo zakho nezisekelo zamatshe zaziyigolide, zilungisiwe ngosuku lokudalwa kwakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ