Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 28:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Kepha ukuhlakanipha kufumanisekaphi? Iphi indawo yokuqonda na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Kepha kutholakalaphi ukuhlakanipha na? Ikuphi indawo yokuqonda na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa kuyotholakalaphi ukuhlakanipha? iphi indawo yokuqonda na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 28:12
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho yiphe inceku yakho inhliziyo elalelayo ukwahlulela abantu bakho ukuba ngahlukanise okuhle nokubi, ngokuba ngubani ongahlulela laba bantu bakho abakhulu kangaka na?”


Uyavimba imifula ukuba ingaconsi; imfihlakalo uyayikhiphela ekukhanyeni.


“Ukuhlakanipha kuvelaphi na? Indawo yokuqonda iphi na?


UNkulunkulu uyaqonda indlela yakho; yena uyazi indawo yakho.


Wathi kubantu: ‘Bhekani, ukwesaba iNkosi lokhu kungukuhlakanipha; ukusuka ebubini kungukuqonda.’ ”


Bheka, uthanda iqiniso ngaphakathi enhliziyweni; wongifundisa ukuhlakanipha ekujuleni kwenhliziyo.


UJehova wasekela umhlaba ngokuhlakanipha; wamisa amazulu ngokuqonda.


Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga,


okufihlwe kuye amagugu onke okuhlakanipha nowokwazi.


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ