Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 27:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 makakulungise, kepha kuyakwembathwa ngolungileyo, ongenacala abele isiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 uyakukwenza lokho, kodwa ziyokwembathwa ngolungileyo, ongenacala ehlukanise isiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Angakulungisa, kepha olungileyo uyakugqoka, nongenacala abelane ngesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 27:17
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo suku inkosi u-Ahashiveroshi yanika u-Esteri, inkosikazi, indlu kaHamani isitha sabaJuda. UMoridekayi weza phambi kwenkosi, ngokuba u-Esteri wayeselandile ukuthi uyini naye.


Akayikuceba, nemfuyo yakhe ayiyikuma, nokudla kwakhe akuyikukhothamela phansi.


Abantwana bakhe bayakuzincengela kwabampofu, izandla zakhe zibuyise impahla yakhe.


Lokho owakukhandlekelayo uyakukubuyisa, angakugwinyi; ngempahla ayitholileyo akayikujabula.


Noma enqwabela isiliva njengothuli, alungise izambatho njengodaka,


noma kanye nezikhulu ezinegolide ezazigcwalisa izindlu zazo ngesiliva,


Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.


Owandisa imfuyo yakhe ngenzalo nangenzuzo uyibuthela onomusa kwabampofu.


Ngokuba umuntu omuhle kuNkulunkulu uyamnika ukuhlakanipha, nokwazi, nentokozo, kepha isoni usinika usizi lokuba sibuthe, siqongelele, ukuze simnike yena omuhle kuNkulunkulu. Nalokho kuyize nokufuna umoya.


Hhewulani nina enakhe esiGqulweni, ngokuba bonke abantu abathengisayo bachithekile, bonke abathweswe isiliva banqunyiwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ