Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 24:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bamanzi ngezihlambi zasezintabeni; basingatha idwala bengenasiphephelo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Banethwe yimvula ezintabeni, babambelela edwaleni ngoba bengenayo indawo yokuphephela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bamanziswe yimvula yezintaba, bagone idwala ngenxa yokuswela indawo yokukhosela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 24:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ebusuku balala nqunu bengenangubo, bengenanto yokuzisibekela emakhazeni.


Intandane ihlwithwa ebeleni, nengane yompofu ithathwa ibe yisibambiso,


Bengilele, kepha inhliziyo yami ibiphapheme; kuyizwi lothandiweyo wami elingqongqotha lithi: “Ngivulele, dadewethu, sithandwa sami, juba lami, opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo, nesihluthu sami amaconsi asebusuku.”


Abakade bedla okumnandi sebechithakele ezitaladini. Ababekhuliswa ngokububende sebesingatha izala.


izwe elingabafanele bona, behamba emahlane, nasezintabeni, nasemihumeni, nasemigedeni yomhlaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ