Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 23:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Nanamuhla ukukhala kwami kumunyu; isandla sami siyasinda ngokububula kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 “Nanamuhla ukukhononda kwami kumunyu; isandla sami sinzima, nakuba ngibubula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Namuhla ukukhala kwami kumunyu; umvimbo wami unzima kunokububula kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 23:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Umphefumulo wami ukhathele ukuhamba kwami; ngiyazinikela ekukhaleni, ngikhulume ngomunyu womphefumulo wami.


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha, ngokuba ukuqonda kwakhe kuninginingi, uze wazi ukuthi uNkulunkulu, ukuba kube kuhle kuwe, wenza ukuba ikhohlakale inxenye yecala lakho.


Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe,


Ngokuba uyenezela ukuhlubuka esonweni sakhe; ushaya ihlombe phakathi kwethu, andise amazwi akhe kuNkulunkulu.”


“Ngalokho nami angiyikubamba umlomo wami; ngiyakukhuluma osizini lomoya wami, ngikhale ngomunyu womphefumulo wami.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*


Makahlale yedwa, athule, lapho emthwesa lona.


“Ndodana yomuntu, bheka, ngiyasusa okunxanelekayo emehlweni akho ngesishayo, kepha awuyikudabuka, awuyikukhala, nezinyembezi aziyikwehla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ