Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 21:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Inzalo yabo iyema phambi kwabo kanye nabo, nabantwana babo phambi kwamehlo abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Abantwana bazo bekhula bamiswe phambi kwazo, nozalo lwazo, phambi kwamehlo azo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inzalo yabo imi nabo phambi kwamehlo abo, nenzalo yabo phambi kwamehlo abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 21:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Akayikuba nandodana namzukulwana phakathi kwabantu bakhe; akuyikuba khona lapho egogobala khona.


Abantwana bakhe bayakuzincengela kwabampofu, izandla zakhe zibuyise impahla yakhe.


Imfuyo yendlu yakhe iyakumuka, inyamalale ngomuhla wentukuthelo.


Izindlu zabo zinokuthula, azinangebhe; uswazi lukaNkulunkulu aluphezu kwabo.


nakubantu ngesandla sakho, Jehova, abantu baleli zwe abasabelo sabo sikulokhu kuphila, nabasisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho, nabashiyela izingane zabo okusele kubo.


Abantwana babantwana bangumqhele wabadala, nodumo lwabantwana lungoyise.


Abayikushikashikela ize, bazalele izinhlupheko, ngokuba bayinzalo yababusisiweyo bakaJehova, nabantwana babo bayakuba nabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ