Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 21:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Lapho ngikhumbula nje, ngishaywa luvalo; ukwesaba kubamba inyama yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Uma ngikhumbula lokhu, ngiyaphazamiseka, ukwesaba kuhlasimulise umzimba wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 21:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngiyesaba nokho bonke ubuhlungu bami, ngiyazi ukuthi awuyikungibheka nginjengongenacala.


Inyama yami iyathuthumela ngovalo ngawe, ngiyesaba izahlulelo zakho.


Ngifikelwe luvalo nokuqhaqhazela; ngikhwelwe ngukwesaba okukhulu.


Ngiyamkhumbula uNkulunkulu ngibubula; ngiyazindla, umoya wami uyaphela amandla. Sela*


Ngihluphekile, ngingofayo kusukela ebusheni bami; ngithwele ukwesabeka kwakho, ngiphelile.


Bayakubhinca izindwangu zamasaka, uvalo lubasibekele, amahloni abe sebusweni bonke, nobumpandla kuwo onke amakhanda abo.


Ngiyezwa, kuyathuthumela okuphakathi kwami, izindebe zami ziyaqhaqhazela ngenhlokomo; ukubola kungena emathanjeni ami, ngithuthumela endaweni lapha ngimi khona, ngilindela usuku lokuhlupheka ukuze kukhuphuke lokhu okuyakucindezela abantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ