Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 21:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Mina-ke, ukukhala kwami kungomuntu na? Ngingekhathazeke na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 “Ngabe ukukhononda kwami kungomuntu yini na? Kungani umphefumulo wami ungebekezele na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Mina-ke, ukukhala kwami kumuntu na? futhi uma kunjalo, umoya wami ubungethuki ngani na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 21:4
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

lokhu ufuna ukona kimi, ufunisisa isono sami,


Ayini amandla ami ukuba ngingaze ngethembe na? Ukuphela kwami kuyini ukuba ngingaze ngibekezele na?


Jehova, yizwa umkhuleko wami; ukukhala kwami makufinyelele kuwe.


Yini ukuba udangale, mphefumulo wami, uyaluze phakathi kwami, na? Methembe uNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa yena oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.


UMose wakhuluma-ke kanjalo kubo abantwana bakwa-Israyeli; kepha abamlalelanga uMose ngenxa yenhliziyo encane nemisebenzi esindayo.


Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.”


Ungasho ukuthi incekukazi yakho ingowesifazane omubi, ngokuba kungobuningi bosizi lwami nangokuncokolozwa kwami ngikhulumile kuze kube manje.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ