Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 20:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Lesi siyisabelo somuntu omubi esivela kuNkulunkulu, nefa alinqunyelweyo nguNkulunkulu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 Lesi yisabelo somuntu okhohlakele, esivela kuNkulunkulu, nefa alimiselwe nguNkulunkulu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Lesi yisabelo somuntu omubi kaNkulunkulu, nefa amiselwe lona nguNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 20:29
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Impela zinjalo izindlu zaboni; injalo indawo engamazi uNkulunkulu.”


bokuthi omubi ugodlelwa usuku lokubhujiswa nokuthi bayamukiswa ngosuku lwentukuthelo, na?


‘Impela ababesivukela sebechithiwe, nabakushiyileyo umlilo ukuqedile.’


“Lokhu kuyisabelo somuntu omubi kuNkulunkulu, nefa lezidlwangudlwangu ezilamukela kuSomandla.


Lokhu kungokwenkatho yakho, isabelo osilinganiselwe yimi,” usho uJehova, “ngokuba wangikhohlwa, wethemba emangeni.


Akuphumi okuhle nokubi emlonyeni woPhezukonke na?


iyinqamule kabili, iyimisele isabelo sayo kanye nabazenzisi; kuyakuba khona lapho ukukhala nokugedla amazinyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ