Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 18:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abasentshonalanga bayethuswa lusuku lwakhe, nabasempumalanga babanjwa ngukwesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Abasentshonalanga bethuswa lusuku lwaso, nabasempumalanga bakhungathwa ngukwesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abaza emva kwakhe bayakumangala ngosuku lwakhe, njengalokhu besaba abaphambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 18:20
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma le ndlu iphakeme kangaka, bonke abadlula kuyo bayakumangala, banximfe, bathi: ‘UJehova wenzeleni kanje kuleli zwe nakule ndlu na?’


Uyadonsa namaqhawe ngamandla akhe; uyavuka; akakho osenethemba lokuphila.


Khumbula, Jehova, usuku lweJerusalema, ngenxa yabantwana bakwa-Edomi abathi: “Dilizani, dilizani, kuze kube sesisekelweni salo.”


INkosi iyakumhleka, ngokuba iyabona ukuthi usuku lwakhe luyeza.


benze izwe labo libe yisimangaliso nento encimfelwayo njalo; bonke abadlula khona bayakumangala, banikine ikhanda.


Hlabani zonke izinkunzi zalo; mazehlele ekuhlatshweni; wo kuzona! Ngokuba usuku lwazo lufikile, isikhathi sokuhanjelwa kwazo.


“ ‘Wena sikhulu sakwa-Israyeli, shinga elibulawayo, elilusuku lwakho lufika ngesikhathi sokuphela kobubi,


Wathi: “Sengathi nga wazi nawe ngalolu suku okokuthula. Kepha kalokhu kufihlakele emehlweni akho.


zikuwise phansi, wena nabantwana abakuwe, zingashiyi itshe phezu kwetshe phakathi kwakho, ngokuba ungasazanga isikhathi sokuhanjelwa kwakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ