Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 17:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngibize ukubola ngokuthi ubaba nezimpethu ngokuthi umame nodadewethu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 ngibize ingcwaba ngithi: ‘Ungubaba,’ nezimpethu: ‘Mame nodadewethu.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngathi enkohlakalweni: Wena ungubaba; empethuni: Wena ungumama wami nodadewethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 17:14
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noma nginyamalala njengokubolayo, njengengubo edliwe yizinundu.


Nalapho sesishabalele isikhumba sami, ngiyakumbuka uNkulunkulu ngikhululekile enyameni yami,


Balala phansi othulini kanyekanye; izimpethu ziyabasibekela.


Isizalo siyamkhohlwa; izimpethu ziyamsobozela; akasayikukhunjulwa; ukungalungi kuyaphulwa njengomuthi.


Pho, kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu, nendodana yomuntu eyisibungu, na?”


Isikhumba sami simnyama, siyebuza kimi; amathambo ami ashile ngokushisa.


Inyama yami yembesiwe izimpethu namagade othuli; isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.


Ngokuba awuyikunikela umphefumulo wami endaweni yabafileyo; awuyikuvuma ukuba ongcwele wakho abone ukubola.


Ubukhosi bakho sebehliselwe endaweni yabafileyo, umsindo wezingubhu zenu; izimpethu zenekiwe ngaphansi kwakho, nezibungu ziyakusibekela.


Kunjalo nokuvuka kwabafileyo. Kuhlwanyelwa kunokubola, kuvuswa kungenakubola;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ