Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 16:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ulaka lwakhe luyangidwengula, lungizingele; uyangigedlela amazinyo; isitha sami singicijisela amehlo aso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ulaka lwakhe luyadwengula, luyangisibekela, ungiququdela amazinyo, isitha sami singihlahlela amehlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uyangidwengula ngolaka lwakhe, ongizondayo; ungigedlele amazinyo; isitha sami singigqolozele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 16:9
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Usithelani ubuso bakho, ungishaye isitha, na?


ufaka izinyawo zami ezingongolweni, uqaphela zonke izindlela zami, uzidwebela umudwa ngasematheni ezinyawo zami,


Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?


Ungivuthisele intukuthelo yakhe, wangishaya njengezitha kuye.


Uyaguquka ukuze ungiphathe ngonya; ngamandla esandla sakho uyangizingela.


Bheka, uthola amathuba ngami, ungishaya isitha sakhe.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi; isihlungu sayo siphuzwa ngumoya wami; izesabiso zikaNkulunkulu ziyangehlela.


Njengezinteli ezikhonzela ucezu lwesinkwa bangigedlela amazinyo.


Omubi uyamsongela olungileyo ngokubi, amgedlele amazinyo.


“Qaphelani lokho nina enikhohlwa uNkulunkulu, funa nginidwengule, kungabikho osindisayo.


Zonke izitha zikukhamisela umlomo wazo, zincimfa, zigedla amazinyo, zithi: “Siwugwinyile. Impela yilo usuku esilulindele; sesilufumene, silubonile.”


Ukimi njengebhere* eliqamekelayo nengonyama ezindaweni ezisithekileyo.


Ngokuba ngiyakuba njengengonyama ku-Efrayimi, nebhongo lengonyama kuyo indlu yakwaJuda; mina yebo, mina ngiyakudwengula, besengimuka; ngiyakususa, kungekho owophulayo.


“Wozani sibuyele kuJehova, ngokuba yena usidwengulile; uyakusiphulukisa; usishayile, uyakusibopha.


Ungathokozi ngami, sitha sami; ngokuba uma ngiwile, ngiyakuvuka; lapho ngihlezi ebumnyameni, uJehova uzakuba ngukukhanya kwami.


Kwathi bekuzwa lokho, bahlabeka ezinhliziyweni, bamgugudela amazinyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ