Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 15:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 zona ezaphiwa zodwa izwe, kungadabulanga kuzo umfokazi ngokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 izwe elanikwa zona kuphela, akukho mfokazi owadabula phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Laphiwa bona kuphela umhlaba, njalo kakho owemzini owadabula phakathi kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 15:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ebere wazala amadodana amabili; igama lomunye lalinguPhelege,* ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo lalinguJokothane.


Lezi ziyimindeni yamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalawo izizwe zahlakazeka emhlabeni emva kukazamcolo.


lokho izihlakaniphi ezikubonakalisile, zikuthathe koyise, zingakufihlanga,


Umuntu omubi uyazibinya imihla yonke, umumo weminyaka othukuselwe isidlwangudlwangu.


Bese nikwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu engihlala eSiyoni, intaba yami engcwele; iJerusalema liyakuba ngcwele, abafokazi abasayikulidabula.


UJehova yedwa wamhola, akwabakho unkulunkulu wabezizwe naye.


Lapho oPhezukonke wazinika izizwe ifa lazo, lapho wahlukanisa abantwana babantu, wamisa imikhawulo yezizwe njengokomumo wabantwana bakwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ