Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 14:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Impela intaba iyawa, idilike; idwala liyasuswa endaweni yalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 “Kepha intaba iyawa, idilike, nedwala lisuswe endaweni yalo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Futhi ngempela, intaba ewayo iyachithwa, nedwala liyasuswa endaweni yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 14:18
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isiphambeko besiyakuvalelwa esikhwameni, besewusibekela ukona kwami.


amanzi ayagubha amatshe; ukuphuphuma kwawo kuyakhukhula uthuli lomhlaba; kanjalo uyachitha nethemba lomuntu.


Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?


Ngubani olinganise amanzi ngentende yesandla sakhe, walinganisa izulu ngeminwe eyeluliweyo, wahlanganisa uthuli esilinganisweni, walinganisa izintaba ngezikalo* namagquma ngezisindo, na?


Yebo, izintaba zingamuka, namagquma angasuswa, kepha umusa wami awuyikumuka kuwe, nesivumelwano sami sokuthula asiyikususwa,” usho uJehova okuhawukelayo.


Sengathi ungadabula amazulu, wehle, zizamazame izintaba phambi kwakho


Ngabuka izintaba; bheka, zazamazama; onke amagquma anyakaza.


Bheka-ke, isihenqo sethempeli sadabuka kabili, kusukela phezulu kuze kufike phansi; umhlaba wazamazama, amadwala aqhekezeka;


Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba, akutholelwanga indawo.


nezulu lagoqwa njengomqulu wencwadi usongwa, nezintaba zonke neziqhingi zasuswa ezindaweni zazo.


Ingelosi yesibili yayisibetha; kwangathi intaba enkulu ivutha umlilo, yaphonswa elwandle; okwesithathu kolwandle kwaba yigazi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ