Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 13:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Bheka, uyakungibulala, anginathemba; nokho ngiyakuvikela izindlela zami ebusweni bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Uzongibulala, angisenathemba, ngizozivikela izindlela zami, ngilubeke udaba lwami phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Noma engibulala, ngiyothembela kuye; kepha mina ngiyakumisa izindlela zami phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 13:15
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noma ukwazi ukuthi angimubi nokuthi akakho ongophula esandleni sakho.


Bhekani-ke, sengilungisile ukwahlulelwa kwami; ngiyazi ukuthi ngiyakuthethwa mina.


Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.


noma kungekho ubudlova ezandleni zami nokukhuleka kwami kulungile.


ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.


Ngokuba uyayazi indlela yami; esengivivinyile, ngiyakuphuma njengegolide.


Makube kude nami ukuba nginivumele; angiyikuzaphuca ukuphelela kwami ngize ngife.


“Osolayo uyakuphikisana noSomandla na? Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.”


Imbala uyachitha ukwahlulela kwami, ungilahle ukuba ube ngolungileyo, na?


“Imihla yami iyashesha kunesaluko, iphela ingenathemba.


Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.


Omubi uwiswa phansi ngobubi bakhe, kepha olungileyo unethemba ekufeni kwakhe.


UJona wakhuleka kuJehova uNkulunkulu wakhe esezibilinini zenhlanzi,


nokho mina ngiyakuthokoza ngoJehova, ngijabulele uNkulunkulu wokusindiswa kwami.


ngokuthi uma inhliziyo yethu isilahla, uNkulunkulu mkhulu kunenhliziyo yethu, futhi uyazi konke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ