Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 12:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uthukulula izibopho zamakhosi, awabophe ezinkalweni ngamaketanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Uthukulula izintambo zamakhosi, awabophe ngebhande ezinkalweni zawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uthukulula izibopho zamakhosi, abophe izinkalo zawo ngebhande.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 12:18
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uthela izikhulu ngehlazo, akhumule imbonya yonamandla.


kanye namakhosi nabeluleki bomhlaba abazakhela izinqaba zamathuna,


Bakhululile imichilo yabo, bangithobisa; balahlile itomu phambi kwami.


Ngiyinceku yakho impela, Jehova; ngiyinceku yakho, indodana yencekukazi yakho; uthukululile izintambo zami.


Akakho oyakukhathala, akhubeke kuso; akakho oyakozela, alale; ibhande* lezinkalo zabo aliyikuthukuluka, nomchilo wezicathulo zabo awuyikugqabuka,


uyaguqula izikhathi nezinkathi; uyasusa amakhosi, abeke amakhosi; unika abahlakaniphileyo ukuhlakanipha, nokwazi kwabaqonda ukwazi;


Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela noqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi nezinyosi zasendle.


Unegama lilotshiwe engutsheni yakhe nasethangeni lakhe elithi: INKOSI YAMAKHOSI NOMBUSI WABABUSI


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ