UJobe 11:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Uyakulala, ungethuswa muntu; abaningi bayakuzincengela kuwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202019 Uyakulala, kungabi bikho okuphazamisayo; abaningi bayakuzincengela kuwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Futhi uyolala phansi, kungekho muntu okwethusayo; yebo, abaningi bayokumangalela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uJehova, uthi: “Okukhandlekelweyo kwaseGibithe nokuzuziweyo kwaseKushe, nangamaSheba, abantu abade, kuyakungena kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga, bakhothamele kuwe, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu ukuwe kuphela, akakho omunye, akakho ngaphandle kukaNkulunkulu.’ ”