UJeremiya 7:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Kepha abalalelanga, ababekanga izindlebe zabo, kepha bahamba ngamacebo abo nangenkani yezinhliziyo zabo ezimbi; bahlehla, abayanga phambili. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202024 Kepha abalalelanga, abayibekanga indlebe yabo kwengikushoyo, kodwa bahamba ngokobulukhuni benhliziyo yabo embi; bahlubuka, bahlehlela emuva, abaze baqhubekela phambili. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202424 Kodwa kabalalelanga, kababekanga izindlebe zabo, kodwa bahamba ngamacebo langemicabango yenhliziyo yabo embi, bahlehla, kabazange baqhubekele phambili. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.