Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 yathatha emzini induna eyayimiswe phezu kwamadoda empi, nabantu abayisikhombisa kwaba besebusweni benkosi abafunyanwa emzini, nombhali wenduna yempi eyayibala abantu bezwe, nabantu bezwe abangamashumi ayisithupha abafunyanwa phakathi komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Emzini yathumba induna eyayengamele amabutho, nabantu abayisikhombisa ababeluleka inkosi abatholakala emzini, umbhali wenduna yamabutho eyayibala abantu ezweni, nabantu ababesezweni abangama-60 abatholakala emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wathatha nomthenwa emzini, owayephezu kwamadoda empi; namadoda ayisikhombisa ayeseceleni kwenkosi afunyanwa emzini; nombhali omkhulu wempi, owabutha abantu bezwe; namadoda angamashumi ayisithupha kubantu bezwe afunyanwa phakathi komuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:25
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

yathatha emzini induna eyayimiswe phezu kwamadoda empi, nabantu abayisihlanu kwababesebusweni benkosi abafunyanwa emzini, nombhali wenduna yempi eyayibala abantu bezwe, nabantu bezwe abangamashumi ayisithupha abafunyanwa emzini.


ababe seduze naye kwakungoKarishena, noShethari, no-Adimatha, noTharishishi, noMeresi, noMarisena, noMemukhani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya ezaziphambi kobuso benkosi, zihlala emqoka embusweni


UBaruki wayesefunda encwadini amazwi kaJeremiya endlini kaJehova ekamelweni likaGemariya indodana kaShafani umbhali egcekeni lasenhla ngasesikhaleni sesango elisha lendlu kaJehova ezindlebeni zabantu bonke.


Bhekani ningadeleli namunye kulaba abancinyane, ngokuba ngithi kini: Izingelosi zabo ezulwini zibona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ