Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kwakukhona isihloko sethusi; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakuyizingalo eziyisihlanu; kwakukhona nenetha namapomegranati* phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakungokwethusi; njengangale kwakunjalo nasensikeni yesibili enamapomegranati.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Kwakukhona isihloko sethusi; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakungamakhubhithi ayisihlanu; kwakukhona nenetha namahananadi phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakwenziwe ngethusi; yayinjengaleyo nensika yesibili eyayinamahananadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kwakukhona isihloko sethusi phezu kwawo; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakuyizingalo eziyisihlanu, kukhona ukwelukiweyo nezinsingo phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakungokwethusi. Nensika yesibili namabhomu kwakunje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:22
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakukhona izihloko naphezu kwezinsika zombili eduze nesisu esasiseceleni kwenetha; amapomegranati* ayengamakhulu amabili, eyizinhla nxazonke phezu kwesinye isihloko.


namapomegranati* angamakhulu amane amanetha omabili, izinhla ezimbili zamapomegranati kulelo nalelo netha, okwembesa izihloko zombili ezazinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika,


Ukuphakama kwensika eyodwa kwakuyizingalo eziyishumi nesishiyagalombili; phezu kwayo kwakukhona isihloko sethusi; ukuphakama kwesihloko esisodwa kwakuyizingalo ezintathu; kwakukhona nenetha namapomegranati* phezu kwesihloko nxazonke, konke kwakungokwethusi; kwakunjalo nasensikeni yesibili enetheni.


Wenza ngaphakathi kwendlu izinsika ezimbili, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu; isihloko esasingaphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.


Ezinye izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo wozifaka ezisekelweni zombili, uzibeke ngaphambili ezizibeni zengubo yamahlombe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ