Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Izinsika zombili, nolwandle olwalulunye nje, nezinkabi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinye, inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Izinsika zombili, ulwandle olwalulunye nje luhlangene nezinkabi ezili-12 zethusi ezaziphansi kwalo, inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaSimakade, ithusi lakho konke lokho lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Izinsika ezimbili, nolwandle olulodwa, nezinkunzi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinqe inkosi uSolomoni eyazenza endlini kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:20
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lwalumi phezu kwezinkabi eziyishumi nambili, ezintathu zibheke ngasenyakatho, ezintathu zibheke ngasentshonalanga, ezintathu zibheke ngaseningizimu, ezintathu zibheke ngasempumalanga; ulwandle lwalumiswe phezu kwazo, zonke zifulathelene.


USolomoni waziyeka zonke izinto zingalinganiswanga ngenxa yobuningi bazo obukhulu kakhulu; nesisindo sethusi sasingenakutholwa.


Izinsika zombili, nolwandle olwalulunye nje, nezinqe uSolomoni ayekwenzele indlu kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.


“Bheka, ekuhluphekeni kwami ngilungisele indlu kaJehova amatalenta* ayizinkulungwane eziyikhulu egolide, namatalenta ayizinkulungwane eziyinkulungwane esiliva, nethusi nensimbi okungenakulinganiswa, ngokuba kuningi; ngilungisile nemithi namatshe; uyakwenezela kukho.


USolomoni wazenza zonke lezo zinto, zaziningi kangako ukuba isisindo sethusi sasingenakutholwa.


Izinsika zethusi ezazisendlini yenkosi, nezinqe, nolwandle lwethusi okwakusendlini kaJehova amaKaledi akuhlephula, athuthela lonke ithusi lakho eBabele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ