Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 “Ngumsindo wokukhala ovela eBabele, nowencithakalo enkulu ophuma ezweni lamaKaledi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

54 “Yizwani umsindo wokukhala kalusizi uvela eBhabhele, nowencithakalo enkulu ophuma ezweni lamaKhaledi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Kuvela umsindo wokumemeza ovela eBhabhiloni, nokubhujiswa okukhulu okuvela ezweni lamaKaledi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:54
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inhliziyo yami ikhalela uMowabi; ababalekileyo bakhe bayabalekela eSora, nase Egila Shelishiya; yebo, nasegqumeni laseLuhithe bakhuphukela bekhala, nasendleleni eya eHoronayimi, bephakamisa izwi lokudazuluka.


nanjengokushisa endaweni eyomileyo. Uyathobisa umsindo wabafokazi; njengokubalela ngomthunzi wefu, kanjalo ihubo labanonya liyakudanjiswa.


Kukhona umsindo wokulwa ezweni nowencithakalo enkulu.


Hlabani zonke izinkunzi zalo; mazehlele ekuhlatshweni; wo kuzona! Ngokuba usuku lwazo lufikile, isikhathi sokuhanjelwa kwazo.


Inkosi yaseBabele izwile udumo lwabo, izandla zayo zaba buthakathaka; usizi luyibambile, nemihelo njengeyobelethayo.


Ngomsindo wokuthathwa kweBabele umhlaba uyazamazama, ukukhala kuzwakale phakathi kwezizwe.


“Ngalolo suku,” usho uJehova, “kuyakuba khona izwi lokukhala, livela eSangweni Lezinhlanzi, nokuhhewula, kuvela eNxenyeni Yesibili, nokufahlazeka okukhulu, kuvela emagqumeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ