Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 “Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuzihambela izithombe zalo ezibaziweyo, ababulawayo babubule ezweni lonke lalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 “Ngakho bheka, ziyeza izinsuku, lapho ngiyozijezisa izithombe zalo ezibaziweyo, kulo lonke izwe lakhona kuqume abalimeleyo,” kusho uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 “Ngakho-ke, bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwahlulela izithombe zalo ezibaziweyo, ezweni lonke lalo abalimeleyo babubule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:52
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makufike ukusha phezu kwamanzi alo, aze ome, ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanya ngemifanekiso yabo.


Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza, lapho ngiyakujezisa izithombe ezibaziweyo zaseBabele, izwe lonke lalo lijabhe, bonke ababuleweyo balo bawe phakathi kwalo.


Ngiyakuthuma kulo isifo negazi ezitaladini zalo; abagwaziweyo bayakuwa phakathi kwalo ngenkemba ephezu kwalo nxazonke, bazi ukuthi nginguJehova.


Ngiyakuqinisa izingalo zenkosi yaseBabele, ngibeke inkemba yami esandleni sayo; kepha ngiyakwaphula izingalo zikaFaro, abubule phambi kwami ngokububula kogwaziweyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ