Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 ngiphahlaze ngawe abesilisa nabesifazane, ngiphahlaze ngawe abadala nabasha, ngiphahlaze ngawe izinsizwa nezintombi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 ngawe ngiphahlaze abesilisa nabesifazane, ngawe ngiphahlaze abadala nabancane, ngawe ngiphahlaze izinsizwa nezintombi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngawe ngiyakuchoboza owesilisa nowesifazane; ngichoboza ngawe abadala nabasha; ngiyakuchoboza ngawe izinsizwa nentombi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:22
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho wabehlisela inkosi yamaKaledi eyabulala izinsizwa zabo ngenkemba endlini yabo engcwele, ayihawukelanga nansizwa, nantombi, naxhegu, nogugileyo; wabanikela bonke esandleni sayo.


Bonke abatholwayo bayakugwazwa, nabo bonke ababanjwayo bayakuwa ngenkemba.


Izingane zabo ziyakuchotshozwa emehlweni abo, izindlu zabo ziphangwe, omkabo baphoqwe.


Iminsalo iyakuwisa phansi izinsizwa zabo; abayikuhawukela isithelo esisesizalweni, amehlo abo angabi nasihe kubantwana.


kanjalo inkosi yase-Asiriya iyakumukisa abathunjwa baseGibithe nabaxoshiweyo baseKushe, abasha nabadala, behamba ze, bengafakile nazicathulo, izinqe zabo zihlubuliwe, kube yihlazo laseGibithe.


“Manje usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Nenzelani lokhu okubi okukhulu kuyo imiphefumulo yenu, ninqume kini abesilisa nabesifazane, izingane nabancelayo phakathi kukaJuda, nize ningashiyelwa nsali,


Inkemba ifike phezu kwamahhashi alo, naphezu kwezinqola zalo, naphezu kwayo yonke ingxubevange yabantu ephakathi kwalo, babe njengabesifazane; inkemba ifike phezu kwengcebo yalo, ize iphangwe.


ngiphahlaze ngawe umalusi nomhlambi wakhe, ngiphahlaze ngawe umlimi namabhanga akhe, ngiphahlaze ngawe izinduna nababusi.


Ngalokho ngigcwele ukufutheka kukaJehova, ngikhathele ukunyamezela. “Kuthululele phezu kwabantwana ezitaladini, nasemihlanganweni yezinsizwa kanyekanye, ngokuba nendoda iyakuthathwa nomkayo, ogugileyo kanye nozinsuku zakhe zigcwele.


Amehlo ami ayaphela izinyembezi, izibilini zami ziyaxhaphazela; isibindi sami sithululelwe emhlabathini ngenxa yokuchitheka kwendodakazi yabantu bami, ngokuba izingane nabancelayo bayadangala ezigcawini zomuzi.


“Balele phansi ezitaladini, abasha nabadala. Izintombi zami nezinsizwa zami ziwile ngenkemba. Wababulala ngosuku lwentukuthelo yakho, wabulala ungahawukelanga.


nibulale nichithe amaxhegu, nezinsizwa, nezintombi, nezingane, nabesifazane, ningasondeli kodwa kumuntu okukuye uphawu, niqale endlini yami engcwele.” Ayeseqala ngamadoda amadala ayephambi kwendlu.


Ngaphandle inkemba iyakwaphuca, ingebhe phakathi emakamelweni: izinsizwa nezintombi, oncelayo kanye nempunga.


Hamba manje, unqobe u-Amaleki, uchithe impela konke anakho, ungamhawukeli, kepha bulala abesilisa, nabesifazane, nezingane, nabancelayo, nezinkabi, nezimvu, namakamela, nezimbongolo.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ