UJeremiya 48:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE44 “Obalekela ukwesaba uyakuwela emgodini, okhuphuka emgodini uyakubanjwa ogibeni, ngokuba ngiyakwehlisela phezu kwabo, phezu kukaMowabi, umnyaka wokujeziswa kwabo,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202044 “Obalekela ukwesaba, uyakuwela emgodini; okhuphuka emgodini, abanjwe wugibe; ngokuba ngiyakwehlisela lezi zinto phezu kwabakwaMowabi, ngonyaka wokujeziswa kwabo,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202444 Obalekela ukwesaba uyawela emgodini; futhi lowo ophuma emgodini uyobanjwa ogibeni; ngoba ngiyoletha phezu kwalo unyaka wokuhanjelwa kwabo phezu kukaMowabi,” kusho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |