Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 “Yeka ukuphela kwakhe amandla. Hhewulani! Yeka ukufulathela kukaMowabi ngamahloni, uMowabi abe ngohlekwayo noqeda amandla kubo bonke abamzungezayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

39 “Yeka ukuphahlazeka kwakhe! Yeka ukukhala kwabo! UMowabi ufulathele enamahloni, usephenduke inhlekisa, into esabekayo kubo bonke abakhelene naye.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Bayakukhala bathi: “Yeka ukudilizwa! uphendukile kanjani uMowabi enamahloni! kanjalo uMowabi uyakuba yinhlekiso nokwesaba nxazonke zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:39
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMowabi uyakujabha ngoKemoshi, njengalokhu indlu ka-Israyeli yajabha ngeBethele, ithemba labo.


Nina nonke enimzungezayo manimkhalele; nani nonke enilaziyo igama lakhe anothi: ‘Yeka ukwaphuka kwenduku enamandla, udondolo oluhle!’


Yeka ukuhlala kodwa komuzi owawunabantu abaningi! Usungumfelokazi owawunezizwe eziningi. Owawuyinkosikazi phakathi kwezifunda usungobuswayo.


Yeka ukwembesa kweNkosi indodakazi yaseSiyoni amafu ngentukuthelo yayo. Uphonsile ubuhle buka-Israyeli emhlabeni busuke ezulwini, angasikhumbulanga isenabelo sezinyawo zayo ngosuku lwentukuthelo yayo.


Yeka ukufiphala kwegolide nokuguquka kwegolide elihle! Amatshe endlu engcwele ahlakazekile ezingosini zazo zonke izitaladi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ