Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 “Kusukela eHeshiboni elikhalayo liyezwakalisa ukukhala kwalo kuze kube se-Elehale naseJahasi, kusukela eSowari kuze kube seHoronayimi nase-Egilati Shelishiya, ngokuba namanzi aseNimrimi ayakuba yincithakalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 “EHeshibhoni, e-Elehale naseJahazi kukhalwa kalusizi; bayezwakalisa izwi labo, kusukela eZowari kuya eHoronayimi, kuya e-Egilathi Shelishiya; ngokuba namanzi aseNimrimi aseshile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kusukela ekumemezeni kusukela eHeshiboni kuze kube se-Elale naseJahazi, baphakamisa izwi labo, kusukela eSowari kuze kube seHoronayimi, njengethokazi elineminyaka emithathu; ngokuba amanzi aseNimrimi ayakuba yihlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:34
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ukuthi ithafa lonke laseJordani lalinamanzi lonke; uJehova engakachithi iSodoma neGomora, lalinjengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibithe kwaze kwaba seSowari.


baphaka impi noBera inkosi yaseSodoma, noBirisha inkosi yaseGomora, noShinabe inkosi yase-Adima, noShemebere inkosi yaseSeboyimi, nenkosi yaseBela eliyiSowari.


Ukwahlulela kwehlele izwe lethafa: iHoloni, neJahasi, neMefahati,


Ngokuba bakhuphuka egqumeni laseLuthite, bekhala njalo, nasekwehleni ukuya eHoronayimi bezwile usizi lokukhala kwencithakalo.


“I-Atharoti, neDiboni, neJazeri, neNimra, neHeshiboni, ne-Elehale, neSebamu, neNebo, neBehoni,


neNingizimu, nethafa lesigodi saseJeriko umuzi wamasundu kwaze kwabaseSowari.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ