UJeremiya 48:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE26 “Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova; uMowabi makahuquzele ebuhlanzweni bakhe, abe ngohlekwayo naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202026 “Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuSimakade; uMowabi makahuquzele ebuhlanzweni bakhe, abe yinhlekisa futhi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202426 Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova; UMowabi naye uyakuhuquza ebuhlanzweni bakhe, naye abe usulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.