Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Yima endleleni, uqaphele wena ohlezi e-Aroweri, ubuze obalekayo nowesifazane ophunyukayo ukuthi: ‘Kwenze njani na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Yima endleleni, uqaphele wena ohleli e-Aroweri, buza kobalekayo nakowesifazane ophunyukile, uthi: ‘Kwenzenjani na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Mani endleleni, nina enakhileyo e-Aroweri, nibuke; buza obalekayo nophunyukileyo, uthi: ‘Kwenzenjani?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:19
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bawela iJordani, bamisa e-Aroweri ngakwesokunene komuzi ophakathi nesigodi sakwaGadi ngaseJazeri;


noBela ka-Azazi kaShema kaJoweli, owahlala e-Aroweri kwaze kwaba seNebo noBali Mehoni.


Abantwana bakwaGadi bakha iDiboni, ne-Athoriti, ne-Aroweri,


Kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni nasemzini osesigodini kuze kube kwaGileyadi akubangakho muzi owasahlula ngokuphakama; uJehova uNkulunkulu wethu wayinikela yonke phambi kwethu;


uSihoni inkosi yama-Amori owayehlala eHeshiboni, ebusa kusukela e-Aroweri eliseceleni kwesigodi sase-Arinoni, naphakathi nesigodi, nenxenye yakwaGileyadi, kuze kube semfuleni iJaboki, umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni,


U-Israyeli esahlala eHeshiboni nasemizaneni yalo, nase-Aroweri nasemizaneni yalo, nasemizini yonke engaseceleni kwe-Arinoni iminyaka engamakhulu amathathu, anisaphucanga ngani yona ngaleso sikhathi na?


Lowo muntu wathi ku-Eli: “Nginguye owaphuma empini, ngibaleke empini namuhla.” Wathi: “Bekunjani, ndodana yami, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ