Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Nina nonke enimzungezayo manimkhalele; nani nonke enilaziyo igama lakhe anothi: ‘Yeka ukwaphuka kwenduku enamandla, udondolo oluhle!’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Nina nonke enimzungezile, mkhaleleni; nani nonke enazi igama lakhe, yishoni nithi: ‘Yeka ukwaphuka kwenduku enamandla, udondolo oluhle!’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Nonke nina enimzungezile nilile ngaye; futhi bonke abalaziyo igama lakhe bathi: Yeka ukwaphulwa kodondolo oluqinile noswazi oluhle!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:17
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intonga yamandla akho uJehova uyakuyelula eseSiyoni; busa wena phakathi kwezitha zakho.


“Wo kulo i-Asiriya, intonga yentukuthelo yami, nokusesandleni salo ukufutheka kwami kuyinduku.


eyashaya abantu ngentukuthelo ngokushaya okunganqamukiyo, eyabusa izizwe ngolaka ngokuzingela okunganqandwanga.


Ngokuba amasimu aseHeshiboni abunile kanye nomvini waseSibima; amakhosi ezizwe achithile amagatsha awo; afinyelela naseJazeri, edukela nasehlane; amahlumela awo elulwa, awela ulwandle.


Ngokuba ijoka lomthwalo wabo, nenduku yamahlombe abo, noswazi lomhluphi wabo uyakwaphula njengasosukwini lukaMidiyani.


“Yeka ukuphela kwakhe amandla. Hhewulani! Yeka ukufulathela kukaMowabi ngamahloni, uMowabi abe ngohlekwayo noqeda amandla kubo bonke abamzungezayo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ