Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “Ningasho kanjani ukuthi: ‘Singamaqhawe namadoda anamandla okulwa’ na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 “Ningasho kanjani, nithi: ‘Singamaqhawe namabutho anamandla okulwa na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Nisho kanjani ukuthi: “Singamadoda anamandla nanamandla empi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:14
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?


Ayikho inkosi esindiswa ngobuningi bempi yayo; isiqhwaga asikhululwa ngobukhulu bamandla aso.


Ngabuye ngabona phansi kwelanga ukuthi ukujaha akuyi ngabanejubane, nokulwa ngamaqhawe, nesinkwa ngabahlakaniphileyo, nengcebo ngabaqondileyo, nomusa ngabanokwazi, ngokuba bonke bahlangabezana nesikhathi nethuba.


Ngokuba uthi: “Ngamandla esandla sami ngikwenzile, nangokuhlakanipha kwami, ngokuba nginokuqonda; ngisusile imikhawulo yezizwe, ngiphangile ingcebo yazo, njengesiqhwaga ngawisa phansi abakhileyo khona.


Ngalokho iNkosi uJehova Sebawoti iyakuthuma ukonda phakathi kwabakhulupheleyo bakhe, nangaphansi kodumo lwakhe kuyakuphembeka ukushisa njengokushisa komlilo.


Sizwile ngokuziphakamisa kukaMowabi ukuthi uphakeme kakhulu, nangokuzidla kwakhe nokuziqhenya kwakhe nentukuthelo yakhe nokuphafuza kwakhe okuzenzisayo.


Ukwesabeka kwakho kukudukisile, ukuziqhenya kwenhliziyo yakho, wena ohlezi emifantwini yamawa ubambe isiqongo sentaba; noma wakha isidleke sakho njengokhozi, ngiyakukwehlisa khona,” usho uJehova.


“ ‘Ningasho kanjani, nithi: “Sihlakaniphile, umthetho kaJehova unathi,” na? Impela bheka, uthi lokuloba lwamanga lwababhali lusebenzile okwamanga.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, neqhawe malingazibongi ngobuqhawe balo, nocebileyo makangazibongi ngengcebo yakhe,


“ ‘Usho kanje uJehova, uthi: “ ‘Nabo abaliphasa iGibithe bayakuwa, ukukhukhumala kwamandla alo kuyakwehla; kusukela eMigidoli kuze kube seSevene bayakuwa kulo ngenkemba, isho iNkosi uJehova.


Lokhu kuyakuba sesikhundleni sokuziphakamisa kwabo, ngokuba bathukile, bazikhulisela abantu bakaJehova Sebawoti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ