Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Nkosi yami, nkosi, laba bantu benzile okubi ngakho konke abakwenzile kuJeremiya umprofethi, abamphonsile emgodini; uyakufela endaweni lapho ekhona ngokulamba, ngokuba akusekho ukudla emzini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 “Nkosi yami, nkosi, laba bantu benze okubi ngakho konke abakwenze kuJeremiya, umphrofethi, bamphonse emgodini; uzakufela lapho ngenxa yendlala, ngokuba akusekho kudla emzini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nkosi yami, nkosi, laba bantu benza okubi kukho konke abakwenzayo kuJeremiya umprofethi, amphonsa emthonjeni; futhi unjengobulawa indlala endaweni akhona, ngoba akusekho sinkwa emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngokuba ngesaba isixuku esikhulu, ngaba novalo lokudelelwa ngabomndeni, ngaze ngathula, angaphuma emnyango –


Ngiyakubadlisa inyama yamadodana abo neyamadodakazi abo, badle, kube yilowo nalowo inyama yomngane wakhe, ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakubaxina ngakho izitha zabo nabafuna ukuphila kwabo.’


USedekiya inkosi wayeseyala ukuba bambeke uJeremiya egcekeni letilongo, bamnika imihla ngemihla iqebelengwane lesinkwa livela esiTaladini Sabaphekizinkwa, kwaze kwaphela isinkwa sonke emzini. UJeremiya wahlala-ke egcekeni letilongo.


Inkosi yayisimyala u-Ebedi Meleki umKushe, ithi: “Thatha lapha abantu abangamashumi amathathu, uhambe nabo, umkhiphe uJeremiya umprofethi emgodini, engakafi.”


u-Ebedi Meleki waphuma endlini yenkosi, wakhuluma enkosini, wathi:


Kepha ngiyakukophula ngalolo suku, usho uJehova, unganikelwa esandleni sabantu obesabayo.


Ngenyanga yesine ngolwesishiyagalolunye lwenyanga indlala yaba namandla emzini, akubangakho kudla kubantu bezwe.


Bonke abantu balo bayabubula, befuna isinkwa sabo; banika okumnandi kwabo ngokudla ukuba babuyise umphefumulo. Bheka, Jehova, ubhekisise, ngokuba ngiyadelelwa.


Banqume ukuphila kwami emgodini, bangiphonsa ngetshe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ