Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Zonke izikhulu zafika kuJeremiya, zambuza. Wazitshela onke lawa mazwi inkosi emyale ngawo. Zathula, zasuka kuye, ngokuba indaba ayizwakalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Zonke izikhulu zafika kuJeremiya, zambuza. Wazitshela wonke lawo mazwi njengalokhu inkosi yayimyalile. Zathula-ke, zasuka kuye, alwaze lwaziwa udaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Zase zifika zonke izikhulu kuJeremiya, zambuza, wazitshela njengawo onke lawa mazwi inkosi eyalile ngawo. Basebeyeka ukukhuluma laye; ngoba indaba ayizange inakwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:27
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi u-Elisha kubo: “Le akusiyo indlela, nalona akusiwo umuzi; ngilandeleni, nginiyise kumuntu enimfunayo.” Wabayisa eSamariya.


Uma izikhulu zizwa ukuthi ngikhulumile nawe, bese zifika kuwe, zithi kuwe: ‘Ake usitshele okukhulumileyo enkosini, ungasifihleli khona, asiyikukubulala, nalokho inkosi eyakukhuluma kuwe,’


uyakuthi kubo: ‘Nganxusa enkosini ukuba ingangibuyiseli endlini kaJonathani, funa ngifele khona.’ ”


Kepha uJeremiya wasala egcekeni letilongo, kwaze kwafika usuku elanqotshwa ngalo iJerusalema.


Kepha kwathi uPawulu azi ukuthi enye inxenye yabo ingabaSadusi nenye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini, wathi: “Madoda, bazalwane, ngingumFarisi mina, ngiyindodana yabaFarisi; ngimangalelwa ngethemba nangokuvuka kwabafileyo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ