Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Uma izikhulu zizwa ukuthi ngikhulumile nawe, bese zifika kuwe, zithi kuwe: ‘Ake usitshele okukhulumileyo enkosini, ungasifihleli khona, asiyikukubulala, nalokho inkosi eyakukhuluma kuwe,’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Uma izikhulu zizwa ukuthi ngikhulume nawe, bese zifika kuwe, zithi: ‘Ake usitshele ukuthi utheni enkosini, ungasifihleli khona, nalokho inkosi ekukhulume kuwe, khona asiyukukubulala,’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kodwa uma izikhulu zizwa ukuthi ngikhulumile kuwe, bese beza kuwe, bathi kuwe: Ake usitshele lokho owakukhuluma enkosini, ungasifihleli, futhi ngeke sikubulale; nalokho inkosi eyakusho kini:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:25
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yayisiphendula inkosi, yathi kowesifazane: “Ake ungafihli lutho kimi engiyakulubuza mina kuwe.” Wathi owesifazane: “Mayikhulume inkosi yami, inkosi.”


USedekiya wayesethi kuJeremiya: “Makungabikho muntu owazi lawa mazwi, funa ufe.


Zonke izikhulu zafika kuJeremiya, zambuza. Wazitshela onke lawa mazwi inkosi emyale ngawo. Zathula, zasuka kuye, ngokuba indaba ayizwakalanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ