UJeremiya 38:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Osele kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo, kepha ophumela kumaKaledi uyakuphila, nokuphila kwakhe kuyakuba yimpango kuye, aphile.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Osele kulo muzi uyakufa ngenkemba, ngendlala, nangobhubhane, kodwa ozophuma aye kumaKhaledi, uyakuphila; nokuphila kwakhe kuyakuba yimpango kuye, aphile.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Usho kanje uJehova, uthi: “Osala kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; kepha ophumela kumaKaledi uyakuphila; ngokuba uyakuba yimpango ukuphila kwakhe, aphile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: Nina aningilalelanga ukuba nimemezele ukukhululeka, kube yilowo nalowo kumfowabo, yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, sengiyanimemezela ukukhululeka, usho uJehova, nginikhululele inkemba, nesifo, nendlala, nginenze ukuba nihlupheke emibusweni yonke yomhlaba.