Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 U-Ebedi Meleki wabathatha abantu, wahamba nabo, waya endlini yenkosi phansi kwendlu yengcebo, wakhipha khona amadlephudlephu amadala namanikiniki abolileyo, wawehlisela kuJeremiya emgodini ngezintambo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 U-Ebhedi Melekhi wathatha amadoda, wahamba nawo, waya esigodlweni senkosi endlini yengcebo engaphansi, wathatha khona amadlephudlephu namanikiniki agugileyo, wakwehlisela ngezintambo kuJeremiya emgodini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khona-ke u-Ebhedi-Melegi wathatha amadoda kanye naye, wangena endlini yenkosi ngaphansi komphongolo wengcebo, wathatha khona izindwangu ezigugile namanikiniki amadala wazehlisela emgodini kuJeremiya ngezindophi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yayisimyala u-Ebedi Meleki umKushe, ithi: “Thatha lapha abantu abangamashumi amathathu, uhambe nabo, umkhiphe uJeremiya umprofethi emgodini, engakafi.”


U-Ebedi Meleki umKushe wathi kuJeremiya: “Faka lawa madlephudlephu amadala namanikiniki abolileyo emakhwapheni phansi kwezintambo.” UJeremiya wenze njalo.


Zase zimthatha uJeremiya, zamphonsa emgodini kaMalikhiya indodana yenkosi owawusegcekeni letilongo, bamehlisa uJeremiya ngezintambo. Emgodini kwakungekho manzi, udaka lodwa; uJeremiya washona odakeni.


U-Ebedi Meleki umKushe, umthenwa, owayesendlini yenkosi, esezwile ukuthi bamfake uJeremiya emgodini, inkosi ihlezi esangweni lakwaBenjamini,


Kepha lonke isiliva, negolide, nezitsha zethusi nezensimbi kungcwele kuJehova; kuyakungena endlini yengcebo kaJehova.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ