UJeremiya 22:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Ngiyakukuzwibela kwelinye izwe, wena nonyoko owakuzalayo, lapho ningazalelwanga khona; niyakufela khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202026 Ngiyakukutshinga kwelinye izwe, wena nonyoko, izwe lapho ningazalelwanga khona; nifele lapho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202426 Futhi ngiyokuxosha wena nonyoko owakuzalayo niyise kwelinye izwe lapho ningazalelwanga khona; futhi lapho uyofela khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini inkosi yakwaJuda ngenyanga yeshumi nambili ngolwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga, u-Evili Merodaki inkosi yaseBabele, ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, waphakamisa ikhanda likaJehoyakini inkosi yakwaJuda, wamkhipha etilongweni,