UJeremiya 22:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Ngakhuluma kuwe usenenhlanhla, kepha wathi: ‘Angizwa.’ Lokhu kuyindlela yakho kwasebusheni bakho ukuthi awulizwa izwi lami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202021 Ngakhuluma kuwe kusakuhambela kahle, kepha wathi: ‘Ngeke ngilalele.’ Lokhu kungumkhuba wakho, kwasebusheni bakho; ukuba ungalilaleli izwi lami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 Ngakhuluma kuwe usenenhlanhla; kodwa wena wathi: Kangifuni ukuzwa. Lokhu kwakuyindlela yakho kwasebusheni bakho, ukuthi awuzange ulalele izwi lami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.