Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 22:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Usho kanje uJehova, uthi: “Yehlela endlini yenkosi yakwaJuda, ukhulume khona leli zwi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 USimakade washo kanje, wathi: “Yehlela esigodlweni senkosi yakwaJuda, ukhulume lapho leli lizwi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Usho kanje uJehova; Yehlela endlini yenkosi yakwaJuda, ukhulume khona leli zwi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 22:1
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wayesethuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye, enye icebile, enye impofu.


UJehova wakhuluma kuManase nakubantu bakhe, kepha kabalalelanga.


“Yisho endlini yenkosi yakwaJuda, uthi: ‘Zwanini izwi likaJehova lokuthi:


Ngiyakunihambela njengezithelo zezenzo zenu, usho uJehova, ngiphembe umlilo ehlathini labo, uqede konke okungakhona.’ ”


uthi: ‘Yizwa izwi likaJehova, nkosi yakwaJuda, ohlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, wena nezinceku zakho nabantu bakho abangena ngalawa masango.


“Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Hamba usho kuSedekiya inkosi yakwaJuda, uthi kuye: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Bheka, ngiyakuwunikela lo muzi esandleni senkosi yaseBabele, iwushise ngomlilo.


“Yizwani lokhu nina bapristi, nilalele nina ndlu ka-Israyeli, nibeke indlebe nina ndlu yenkosi, ngokuba ukwahlulela kukinina, lokhu nanilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.


ungabe usaqhubeka kodwa ukuprofetha eBethele, ngokuba liyindlu engcwele yenkosi nendlu yombuso.”


Ngokuba uJohane wayethe kuHerode: “Awuvunyelwe ukuthatha umkamfowenu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ