UJeremiya 21:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Osala kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo, kepha ophumayo, aye kumaKaledi anivimbezelayo, uyakuphila, ukuphila kwakhe kube yimpango yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Ozosala kulo muzi uyakufa ngenkemba, ngendlala, nangobhubhane; kodwa ozophuma azinikele kumaKhaledi anivimbezeleyo, uyakuphila, aphunyuke nokuphila kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ohlala kulo muzi uyakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; kepha ophumayo, awe phezu kwamaKaledi anivimbezelayo, uyakuphila, ukuphila kwakhe kube yimpango yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngasemuva, usho uJehova, ngiyakunikela uSedekiya inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu abasele kulo muzi esifweni, nasenkembeni, nasendlaleni, nasesandleni sikaNebukadinesari inkosi yaseBabele, nasesandleni sezitha zabo, nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo, abashaye ngosiko lwenkemba, angabasindisi, angabahawukeli, angabi namusa kubo.’