Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 21:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Uyakusho kulaba bantu, uthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Bheka, ngibeka phambi kwakho indlela yokuphila nendlela yokufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 “Uyakuthi kulaba bantu: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: Ngibeka phambi kwakho indlela yokuphila nendlela yokufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kulaba bantu uzakuthi: ‘Usho kanje uJehova; Bhekani, ngiyanikhombisa indlela yokuphila nendlela yokufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 21:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Endleleni yokulunga kukhona ukuphila, nalapho umkhondo wakho udlula khona, akukho ukufa.


Wayesethi uJeremiya kuSedekiya: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Uma uphuma nokuphuma, uye ezikhulwini zenkosi yaseBabele, umphefumulo wakho uyakuphila, futhi lo muzi awuyikushiswa ngomlilo, uphile wena nendlu yakho;


“Bheka, ngibeka phambi kwakho namuhla isibusiso nesiqalekiso,


“Bheka, ngibeke namuhla phambi kwakho ukuphila nokuhle, ukufa nokubi,


“Ngifakazisa namuhla izulu nomhlaba ngani ukuthi ngibeke phambi kwenu ukuphila nokufa, isibusiso nesiqalekiso; ngalokho khethani ukuphila ukuba niphile, wena nenzalo yakho,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ