UJeremiya 15:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Ngokuba ngubani oyakukuhawukela wena Jerusalema na? Ngubani oyakukukhalela? Ngubani oyakuphambukela ukubuza ngempilo yakho na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 “Ngubani oyakukuhawukela wena Jerusalema na? Ngubani oyakuba nozwelo kuwe na? Ngubani oyakuphambuka ukubuza impilo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Ngoba ngubani ozakuba lesihawu kuwe, Jerusalema? noma ngubani oyakulila? noma ngubani oyophuma ukubuza ukuthi unjani? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngasemuva, usho uJehova, ngiyakunikela uSedekiya inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu abasele kulo muzi esifweni, nasenkembeni, nasendlaleni, nasesandleni sikaNebukadinesari inkosi yaseBabele, nasesandleni sezitha zabo, nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo, abashaye ngosiko lwenkemba, angabasindisi, angabahawukeli, angabi namusa kubo.’