UJeremiya 15:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Ngiyakubenza ukuba bahlupheke emibusweni yonke yomhlaba ngenxa kaManase indodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda, ngalokho akwenza eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 Ngiyakubenza babe yinto engafunwa emibusweni yonke yomhlaba ngenxa yalokho okwenziwa nguManase, indodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda, eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Futhi ngiyobenza ukuba basuswe emibusweni yonke yomhlaba ngenxa kaManase, indodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda, ngenxa yalokho akwenza eJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: Nina aningilalelanga ukuba nimemezele ukukhululeka, kube yilowo nalowo kumfowabo, yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, sengiyanimemezela ukukhululeka, usho uJehova, nginikhululele inkemba, nesifo, nendlala, nginenze ukuba nihlupheke emibusweni yonke yomhlaba.