8 Lase lifika izwi likaJehova, lithi:
8 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
8 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
Lase lifika izwi likaJehova ngokwesibili, lithi:
Ngaya e-Ewufrathe, ngemba, ngalilanda ibhande, lapho ngangilifihle khona; bheka, ibhande lalonakele, lalingasenamsebenzi.
“Usho kanje uJehova: ‘Ngale ndlela ngiyakukuchitha ukuziqhenya kukaJuda nokuziphakamisa okukhulu kweJerusalema.
Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubi* kwabonakala okunjengetshe lesafire,* kufana kungathi nesihlalo sobukhosi.