Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 13:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Zwanini, nibeke indlebe; ningaziqhenyi, ngokuba uJehova ukhulumile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Yizwani, nibeke indlebe, ningaziqhenyi, ngokuba uSimakade ukhulumile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lalelani nilalele; ningazikhukhumezi, ngokuba uJehova ukhulumile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 13:15
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abazidlayo ngenhliziyo bayisinengiso kuJehova; impela abayikuyekwa.


Yizwani, mazulu, ubeke indlebe, mhlaba, ngokuba uJehova ukhuluma uthi: “Ngikhulisile ngiphakamisile abantwana, kepha bangihlubukile.


Ngubani phakathi kwenu obeka indlebe kulokhu, aqaphele, ezwele isikhathi esizayo, na?


“Usho kanje uJehova: ‘Ngale ndlela ngiyakukuchitha ukuziqhenya kukaJuda nokuziphakamisa okukhulu kweJerusalema.


Yazini nokwazi kuphela ukuthi uma ningibulala, niyakwehlisela igazi elingenacala phezu kwenu, naphezu kwalo muzi, naphezu kwabakhileyo kuwo, ngokuba ngeqiniso uJehova ungithume kini ukuba ngikhulume onke lawa mazwi ezindlebeni zenu.”


Yizwani lokhu nina badala, nibeke indlebe nina nonke enihlezi ezweni. Kwake kwaba khona emihleni yenu noma emihleni yawobaba na?


Kepha uJehova wangisusa ekulandeleni umhlambi; uJehova wathi kimi: ‘Hamba uprofethe kubantu bami u-Israyeli.’


Zithobeni ebusweni beNkosi, khona iyakuniphakamisa.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ