Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 13:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Uyakukhuluma kubo leli zwi lokuthi: ‘Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Zonke izimvaba ziyagcwaliswa ngewayini.’ Bayakusho kuwe ukuthi: ‘Impela asazi yini ukuthi zonke izimvaba zigcwaliswa ngewayini na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “Uyakubatshela leli lizwi, uthi: ‘Usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Zonke izimvaba ziyakugcwaliswa ngewayini.’ Bayakuthi kuwe: ‘Impela asazi yini ukuthi kungani zonke izimvaba zigcwaliswe ngewayini na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho-ke kumelwe ukhulume leli zwi kubo; Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Zonke izimbiza ziyakugcwaliswa ngewayini, bathi kuwe: Asazi yini ukuthi zonke izimbiza ziyakugcwaliswa ngewayini na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 13:12
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba njengalokhu ibhande linamathela okhalweni lomuntu, kanjalo ngiyinamathelisile kimi yonke indlu yakwa-Israyeli nayo yonke indlu yakwaJuda,’ usho uJehova, ‘ukuba babe ngabantu bami, negama, nodumo, nendumiso, kepha kabalalelanga.’


Uyakusho kubo, uthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Bheka, ngiyakugcwalisa ngokudakwa bonke abakhileyo kuleli zwe, namakhosi ahlala esihlalweni sobukhosi sikaDavide, nabapristi, nabaprofethi, nabo bonke abakhileyo eJerusalema.


Ziyakuphuza, zintengantenge, zihlanye ngaphambi kwenkemba engiyakuyithuma phakathi kwazo.”


Abantu bathi kimi: “Ungesitshele yini ukuthi lezi zinto ziyini kithina, njengokuba wenze njalo, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ