UJeremiya 12:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Usho kanje uJehova ngabakhelwane bonke bami ababi, abalithinta ifa lami engabanika lona abantu bami u-Israyeli, uthi: “Bheka, ngiyakubasiphula ezweni lakubo, ngiyisiphule indlu yakwaJuda phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Usho kanje uSimakade ngabo bonke omakhelwane bami abakhohlakele, abaqhwaga ifa engabanika lona abantu bami u-Israyeli, uthi: “Bheka, ngiyakubasiphula ezweni lakubo, nendlu kaJuda ngiyisiphule phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Usho kanje uJehova ngabo bonke abakhelwane bami ababi abathinta ifa engalinika abantu bami u-Israyeli ifa; Bheka, ngiyakubasiphula ezweni labo, ngiphule indlu yakwaJuda phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni yasenyakatho,” usho uJehova, “noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngibehlisele phezu kwaleli zwe nabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe nxazonke, ngibaqalekise, ngibenze babe yisimangaliso nento encimfelwayo, nencithakalo ephakade.