Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 10:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngilaye, Jehova, kepha ngokwahlulela, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungenze into engelutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Simakade, ngiqondise ngobulungiswa, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungiphendule into engelutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngiqondise, Jehova, kepha ngokwahlulela; kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungibhubhise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 10:24
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abahamba ngezindlela zayo bayaphambuka, benyukela oqwathuleni, babhubhe.


Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Yiba nomusa kimi, Jehova, ngokuba ngidangele; ngiphilise, Jehova, ngokuba amathambo ami ayathuthumela,


Amabele esinkwa ayacolwa na? Cha, ngokuba awabhulwa nokubhulwa njalo; nakuba eqhuba isondo lengqukumbane namahhashi alo phezu kwawo, awacolisiswa.


nowenza izikhulu zibe yinto engelutho, nabahluleli ukuba babe yize.


Ngokuba mina nginawe,’ usho uJehova, ‘ukuba ngikusindise, ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleleyo zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, kepha wena angiyikukuqeda, kodwa ngiyakukulaya ngokwahlulela, ngingakwenzi ube ngongenacala.’


Ungesabi wena Jakobe, nceku yami,” usho uJehova, “ngokuba nginawe, ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleleyo zonke izizwe engikuxoshele kuzo, kepha wena angiyikukuqeda; kodwa ngiyakukulaya ngokwahlulela, ngingakwenzi ube ngongenacala.”


Jehova, ngizwile umbiko ngawe, ngiyesaba izenzo zakho; zivuselele phakathi kwale minyaka, wenze ukuba zaziwe kule minyaka, ukhumbule umusa nasolakeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ