Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 10:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukuyo indoda ukuba ihambe, iqondise izinyathelo zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Simakade, ngiyazi ukuthi indlela yomuntu ayikho ezandleni zakhe ukuba aqondise izinyathelo zakhe uma ehamba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukumuntu ukuba aqondise izinyathelo zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 10:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinyathelo zami zinamathela ezinyaweni zakho, izinyawo zami azisheleli.


Izinyathelo zomuntu ziqiniswa nguJehova; uyayithanda indlela yakhe.


Umuntu unamasu enhliziyweni, kepha impendulo yolimi ivela kuJehova.


Inhliziyo yomuntu iceba indlela, kepha uJehova uyaqondisa izinyathelo zakhe.


Izinyathelo zomuntu zingezikaJehova; pho, umuntu angaqonda kanjani indlela yakhe na?


Mazise yena ezindleleni zakho zonke, uyakuqondisa imikhondo yakho.


Indlela yabalungileyo iqondile, umkhondo wabaqotho ulungile, uyawenza ukuba ulingane.


kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ