Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 9:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayenyukile ekherubini* eyayiphezu kwalo, yaya embundwini wendlu, wayibiza indoda eyembethe ilineni, eyayinophondo lukayinki* womlobi ngasokhalweni lwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yasuswa phezu kwekherubhi eyayikulo, yayiswa ngasemnyango wendlu. USimakade wayibiza indoda eyayembethe ilineni, inophondo lukayinki womlobi okhalo lwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yakhuphuka isuka ekherubini eyayikulo, yaya embundwini wendlu. Wabiza indoda eyembethe ilineni, enophondo lombhali ethangeni layo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 9:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkazimulo kaJehova yenyuka ekherubini, yaya embundwini wendlu; indlu yagcwala ifu, igceke lagcwala ukumenyezela kwenkazimulo kaJehova.


Ngasuka, ngaphuma ngaya ethafeni; bheka, inkazimulo kaJehova yayimi khona njengenkazimulo engayibona ngasemfuleni iKhebari, ngawa ngobuso bami.


Bheka, inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayilapho njengokuyibona kwami esigodini.


Bheka, kwafika amadoda ayisithupha evela endleleni yasesangweni lasenhla, elingasenyakatho, yileyo naleyo inesikhali sokubulala esandleni sayo, enye phakathi kwawo yembethe ilineni, inophondo lukayinki* womlobi ngasokhalweni lwayo. Angena, ema ngaseceleni le-altare lethusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ